《Inqaba》歌词

歌手: 张妮 / Siyanda Nkosi AMN / Beekay
歌词字数:1,692 歌词行数:64 当前语言:中文 时间轴歌词:— 歌词翻译:—
📄 纯文本

Ayikho into enzima njengokukhonza umdali ubuhlupheka

Satan ek'nunusela

Ngakho konke ok'dinga empilweni

Like 40 days and 40 nights uJesu ehleli entabeni

Ebumnyameni

Khumbula ukuth inqaba ubani

Um'qali nomqobi wezinto zonke

Akekho omkhulu uk'dlula yena

Amandla onke abuzwa kuyena

Mawomile phuza k'yena

njengeVampire San

Igazi lakhe liyaphilisa

Phoyisa khohlwa uMaphorisa thina sihamba noJesu

Noba Kunzima uk'hamba naye mawuhlupheka kodwa

Soqina idolo emthandazwen nasemazweni

Bazoyimamela ngoThando letrack

Kwehle unyembezi

Kuthi ang'memeze ngithi Jesu uyinqaba yami

Mang'khumbula lapho eng'suka khona

It wasn't easy at all

Kwak'mele ngizazi ukuth ngiwuban Phakathi kweningi ngingaphambuki

Noba Kunzima beka

UMthandazo, uthando nethamba kuMdali wang'khipha ebumnyameni

Awubheke manje ngisek'khanyeni ngithi Jesu uyinqaba Yami hey

Jesu uyinqaba Yami

Where would I be without you

Jesu uyinqaba Yami

Where would I be without you

Jesu uyinqaba Yami

Where would I be without you

Ujusus Christ inqama yami

Ebunzeni unqaba ngami

Njalo ekseni ngyathandaza

Ngiphinde ngiphinde masengilala

No oledy angafakaza

I ksasa lami lyaqhakaza

Ngyathemba futhi ngyakholwa

Klomhlamhlaba kgcweli izitha

Yinzondo nabathakathi

Ngisho lokhu ngufakazi

Ngomqondo nesiqu sami

Baningi ekade sbabona abanye babo shleka nabo

Umbonile usiban'ban izolo

Abanye babo nihleba nabo

Our father in heaven

All We need is your blessings

All We need is your blessings

Couple of times I be praying

Don't give a **** you ignoring

A deadly pain I be feeling

Lapho ngabona khona I life inzima

Ng'bonu mama egqoki nzilo

Ehlezi ekhaya akhihli slilo

Ebengalali washintshi esimo

Yingoba inqaba yethu ikhona

Ngik'tshela corner to corner

Akukho lapho ungek uythole

Iba nethemba futhi ukholwe

Jesu uyinqaba Yami

Where would I be without you

Jesu uyinqaba Yami

Where would I be without you

Jesu uyinqaba Yami

Where would I be without you

🎧 猜你喜欢

共 7 首

🎲 随机歌词

共 8 首